Ngangiyifundisela njengane methisha ngenxa yama profession, ngangiyifundisela njengane. Kodwa kwafika izwi kimi likaJehova lathi bonga abantu bami abasiza abantu bami, bonga yimi. Siphethe umuntu owenza amahawu, uphila nje ngehawu. Kodwa ikhala ikhala nini le ndaba yakho? Kodwa istory sakho asichaza. Ikhala lapha endabeni yamahawu. Cha babu Sibiya, ngangiyifundisela njengane methisha ngenxa yama profession, ngangiyifundisela njengane. Kodwa kwafika izwi kimi likaJehova lathi bonga abantu bami abasiza abantu bami, bonga yimi. Ngangicabanga ukuthi leli zwi lithini likhuluma nami, ngoba kufanele uma izwi likhuluma nami uthi uJobe 33 verse 14, uNkulunkulu uyakhuluma nomuntu ekulaleni nasephushweni kodwa umuntu engezwa. Kodwa. Ngangithi mangithi ngiyabhala ebhothini vele izinyembezi zigcwala amehlo, ngagcina ngiyekile ukufundisa. Ngabona umuntu efika kimi esibonakaliso engibekele izikhumba, wathi yenza nazi izikhumba wenza amahawu. Uyobonga ngawa abantu, uyobonga ngisho amakhosi, ngisho izinkonyama zomhlaba, ngisho kuya seswazini ngibuya khona. Ngabe ngomdloko mbani ngivuka udloma uthi ngiyinkosi emahawu. Ngibonga nje abantu bakaJehova abenza kahle emhlabeni. Wathi uJehova ngiyabonga nguye. Abantu abaningi uma ezwa uJehova uzobonga usuke elindele imoto enkulu noma indlu enkulu. Heyi nkosi yami. Cha ukuthi uyavuka nje ekuseni uyaphila. Ukuthi namhlanje ngisemusakazweni, ngangazi ngoke ngibe semusakazweni mina. Babusibiya uNkulunkulu akubusise. Amen. Phakamise ngoba imva abantu uNkulunkulu mase baphakamisile bahluleka ukwehlwa, baye phansi, uyobheka abantu abaphansi. Ukhosi ndiza phezulu kodwa mase lomela amanzi aluphuzi lapha emafini. Ngisho ukhosi inyoni phethi, igli, ibuyize phansi, izophuza amanzi phansi. Ungithobisile mangibona uwehla uyaphansi emkhobosa. Ayi siyabonga. Phuma ubhuquza lapha imoto enhle, ubhuquza ku gravel ubheke lapha kithi ekhaya. Ungithobisile kakhulu ngoba uNkulunkulu ohlala kuwaka phakamise njalo. Amen. Ngabe sengiyiqala ke lento ukuthi mangibuka umuntu enza kahle, bese ngimqopha. Ngani ngishela la eGagasini ngiliphethe. Ngishaye ngesurprise phela, ihawu eliqoshiwe, Gagasi FM. Ngathi ngishaye ngombalo red ochengisa uthando, ukuthi lesi steshi ngiyasithanda, ngoba sikwazi ukungilethela uMr Magic waze wangena emkhobosa for the first time. Bangeke ngithi ngiyinkosi yamahawu ngifike kodwa angaliphatha ihawu, bengizothi ngizokwenzani kanti? Ngoba kufanele ngifike nali iGagasi FM, ngilifake phambili eyintathu, ukuthi iGagasi FM aliphakame egameni likayise nendodana nomoya oyingcwele. Ngaphinde ngafaka neyinkanyezi eyintathu, ukuthi akukhanye lapha eGagasini, kwelika yise nelendodana nelikamoya oyingcwele. Uthi umbhalo uMathewu 6 verse 33, funani niqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe. Uthi bese nikufundisa abantu lokho, uthi konke nikufunayo ke, niyobe senenzelwa khona, senikufunile ukulunga kwakhe, nombuso wakhe kuqala. Abantu abaningi bahluleka ukufuna ukulunga nombuso kaNkulunkulu, bafuna izikhundla abantu abaningi. Kodwa uthi uqala, umfunani umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe. Bese ningifundisela abantu lokho, uthi konke nikufunayo ke, niyobe senenzelwa khona, senikufunile ukulunga kwakhe, nombuso wakhe kuqala. Abantu abaningi bahluleka ukufuna ukulunga nombuso kaNkulunkulu, bafuna izikhundla abantu abaningi. Kodwa uthi uqala, umfunani umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe. Bese ningifundisela abantu khona. Into eshaya abantu babu Sibiya ukuthi ivangeli basuke balenza ngathi yipolitiki, uthola ukuthi umuntu wepolitiki mayegodola, uma ungamniki isikipa selinye iqembu, ijakethi elinye iqembu ngeke ayigqoke, egodola kodwa. Abantu bathatha ivangeli balenza ipolitiki, mina ngilana nje angizile ngokuthi ngiliphi ibanda, ngize nje kumuntu kaNkulunkulu owehlile weza kithi, ubabu Sibiya wangitshengisa ukukholwa, ngoba ukukholwa ukwenza, akusikho okusho ngomlomo. Ngoba emazwini amaningi esiwakhipha emlonyeni, mancane ayiqiniso, maningi angamanga. Ngoba esikhipha ngomlomo thina abantu kuncane esikwenzako. Khona owokugcina ozohamba, khona indawo oyithena umfula omncane nomkhulu, uuchaze lapho. Imfula yonke emincane, iyehlela emfuleni omkhulu okuthiwa wulwandle. Kodwa ngelinye langa uNkulunkulu ngesandla sakhe esinamandla, uyakwazi ukulidonza ulwandle alibuyisele ngapha emfuleni omncane, kubonakale amanzi ebuya, ethi ebuyela ngapha emfuleni omncane udonse uNkulunkulu ngamandla, udonse uNkulunkulu babu Sibiya wakufaka emkhobosa emfuleni omncane. Amandla kaNkulunkulu ayakwazi ukudonza ulwandle, alibuyisele emfuleni omncane, amandla kaThixo, awahlale kuwe njalo nakulesi steshi. Siyabonga kakhulu Fakazi siyabonga, ngibonga nokubona ugogo ekhaya umama, eyiphethe eyakhe ngomhlaka 11 December, ngithe na ngizokwenza, ngizokhuluma neminye imizwa eGagasi FM, the sound of KZN and that I want to contribute I will come there. Ibonga ukuthi ube umuntu ekugcineni uthambo uthanda uJehova. Amen. Nkulunkulu abenakubusise. Amen babu Jahova omuhle, Nkosi nibusise.